Amagama ahlobene.
Amagama odinga ukuwazi ukuthi ahlobene kumulando wesintu nesiNguni. Igama mbo-/-mbo-/-mbo : • Ukumboza ~ Ukufihla noma ukuvalela into ethile. • Ilumbo ~ Yinto exakayo engajwayelekile, evamise ukuhlobaniswa nokuthakatha. | Into evamise ukuvela njalo kodwa kayijwayeleki. • Kwathi mbo! ~ Ukwehlel'wa wubum'nyama. | Ukwehlulwa/ukumboz'wa/ukuvalelwa yinto. Igama qa-/-qa-/-qa : • Inqaba ~ Ukuhlangana kwezinto/izinhlanga eziningi. | Inkinga noma impica. • Ukunqaba ~ Ukuphikisa, ukungavumi noma ukuvimbezela. • Ukuqala ~ Ukususa into noma ukuba wuwena wedwa ukufika nento ezweni. • Umuqala ~ Yilungu lomuzimba elibambe ikhanda ukuthi lixhumane nomuzimba. • Izingqa ~ Umumumva. | Indunu. Igama zi-/-zi-/-zi : • Us'wazi - Um'zaca/induku encane esetshenziswa ukushaya izingane ezigangayo noma ezonakele. • Us'uwazi? ~ Use uwazi? • Ulwazi ~ Ukukhumbula izenzo nezinto ezithile zomuhlaba. • Ukuziyela ~ Ukuhamba uye endaweni....